Share

Umataniswa nesokukuqeqesha iZinyoni u-Ertugral

Johannesburg - Lowo owayengumqeqeshi weKaizer Chiefs u-Muhsin Ertugral sekuvele ukuthi uyena ongase athathe esokuqeqesha iZinyoni zaseDube.

IMoroka Swallows ayisenaye umqeqeshi kulandela ukwesula esikhundleni kukaZeca Marques ngoMsombuluko.

Lowo owayengumgadli weBafana Bafana, uFani Madida, uyena ozobamba izintambo uma iSwallows isibhekene neKaizer Chiefs kowe-Absa Premiership ngoLwesithathu ebusuku eFNB Stadium.

Funda nalolu daba: Kudingidwa ikusasa lomqeqeshi weZinyoni.

Ngokusho komthombo osondelene neSwallows, kulindeleke ukuba u-Ertugral afike kuleli ngaphambi kokuphela kwesonto kanti kulindeleke ahlangane nesikhulu seqembu uLeon Prins ngemizamo yokubuyisa lo mqeqeshi kuPSL.

"Omunye omataniswa nesokuqeqesha leli qembu kubakwa no-Ian Gorowa. Kodwa uMuhsin uyena osethubeni lokuthatha lesi zikhundla,” kusho umthombo utshela iKickOff.com.

"UFani Madida noMuhsin bake basebenzisana kuKaizer Chiefs," usho kanje.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 565 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 581 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.1%
Rand - Pound
23.78
+0.0%
Rand - Euro
20.44
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.44
-0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
924.90
+0.5%
Palladium
1,034.50
+0.8%
Gold
2,326.12
+0.2%
Silver
27.40
+0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,051
0.0%
All Share
74,011
0.0%
Resource 10
59,613
0.0%
Industrial 25
102,806
0.0%
Financial 15
15,897
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE