Share

Umdlali ufuna ukuthi khumu egijima kwiBarcelona

Barcelona – Isihlabani somdlali waseswini kwiBarcelona uXavi Hernandez usezwakalise ukuthi unesifiso sokuthi aze awabeke ethala amakhokho egijimela leli qembu.

Ngokubika kwe-KickOff lo mdlalii oneminyaka engu-34 ubudala kuke kwaba namahebezi amumatanisa namanye amaqembu okubalwa kuwo iManchester United neBayern Munich.

Ngokombiko lo mdlali osedlalele leli qembu iminyaka engu-16 uveze ukuthi nakuba ekhona amathuba okuya kwamanye amaqembu kodwa akaziboni eshiya ikakhulukazi uma ezoya kwelinye lase-Europe.

UXavi useke wadlaleli leli qembu izikhawu ezingu-679 kanti ubalwa njengabanye babadlali abahamba phambili kuleli.

OLUNYE UDABA: Isihlabani simangazile sijoyina elasehlathini

“Ukube bekuya ngami bengingeke ngiyishiye iBracelona,” kusho lo mdlali ekhuluma nabe-AS.

“Ziningi izikhathi lapho ebekumele ngilishiye leli qembu kodwa imizwa yami ibihlale ingiphikisa.

Ngazitshela izikhulu zeqembu ukuthi angifuni ukudlalela elinye iqembu lase-Europe; angifuni ukubhekana neBarcelona,” kusho yena.

“Ngingathanda ukuqeda ukudlala elikanobhutshuzwayo ngisadlala kwiBarcelona.

Kodwa ezikhathini eziningi izimo esibhekene nazo yizona ezenza sithathe izinqumo esingahambisani nazo,” kusho uXavi oseke wadlala umdlalo owodwa kule sizini.

IBarcelona izobhekana neqembu i-APOEL ngoLwesithathu emdlalweni womlenze wokuqala we-Uefa Champions League. 

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 458 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 977 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE