Share

Ungasali emabhasini aya emngcwabeni kaMeyiwa

Johannesburg - Iqembu i-Orlando Pirates seliveze ukuthi kuzokuba nezithuthi zomphakathi zamahhala, ezizothatha abantu ezindaweni ezahlukene bayiswe mngcwabeni kanozinti weBafana bafana neBhakabhaka, uSenzo Meyiwa, kusho abeSoccerLaduma.

Iqembu lithe lizokhipha izitimela, libambisene nabakwaPassenger Rail Agency of South Africa (PRASA) kanjalo beSouth African Football Association (SAFA).

I-PRASA ikhiphe amabhasi angu-10 nezitimela ezimbili kwathi iSAFA yakhipha amabhasi amathathu.

Zonke izithuthi zizosuka eGauteng, ngoLwesihlanu khona namhlanje, ngo-19:00, zibhekise amabombo eThekwini.

Funda nalolu daba: Uzongcwatshwa ngokwezinga likahulumeni uMeyiwa

 - Amabhasi amabili azosukela e-Orlando Stadium

 - Amabili asukele eGhandi Square, phakathi eGoli.

  - Amabili azosukela ePitoli, ekhoneni likaJacob Mare noPrinsloo Streets

 - Eyodwa izosukela kwa-KFC eBrakpan, eKurhuleni

 - Eodwa izosukela eSebokeng Culture Club, ngasePosini.

 - Eyodwa izosukela eZads Taxi Rank, eSangweni

  - Eyodwa izosukela eBara Square, ngaphambi kwaseSt. Johns naseBaragwaneth Hospital.

KwaZulu-Natal, abagibeli bangathatha isitimela kuzona zonke iziteshi, baye emngcwabeni ozosukela eMoses Mabhida.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 398 votes
No! It's time to move on ...
35% - 218 votes
Vote
Rand - Dollar
19.06
+0.8%
Rand - Pound
23.80
+0.6%
Rand - Euro
20.41
+0.7%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
916.70
+0.5%
Palladium
979.00
-2.6%
Gold
2,332.21
+0.7%
Silver
27.35
+0.7%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.8%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE