Share

Ungeniswe esibhedlela uMuhammad Ali

Lousville - Inkosi yomdlali wesibhakela uMuhammad Ali, ungeniswe esibhedlela ngemuva kokuxinwa yisifo esaziwa ngeleParkinson's Disease, asehlale nalo iminyaka engaphezu kwengu-30.

Umbiko ukhishwe umkhulumeli wakhe ngoMgqibelo ebusuku.

U-Ali, 72, ungeniswe esibhedlela, ungozi makhaza, kusho uBob Gunnell, othi akacabangi ukuthi lesi sihlabani sizohlala isikhathi eside.


"Ungeniswe ngemuva kokuhlaselwa yi-pneumonia, nokho isimo asisibi," kuqinisekisa uGunnell.

U-Ali, watholakala ukuthi uneParkinson's, ngonyaka ka-1984.

Lesi sifo sidala ogulayo aqhaqhazele angakwazi ukulawula izicubu zakhe zomzimba kanti kuyenzeka isifo lesi sibe yingozi njengoba siholela ekutheni ogulayo awe.

U-Ali uneminyaka engabonakali ezindaweni zomphakathi, ngenxa yakho ukuxinwa yilesi sifo

Wadlala isibhakela esikhokhelwayo kusukela ngo-1960 kwaze kwaba ngu-1981.

Ezinye zezimpi zakhe ezingasoze zalibaleka, yingesikhathi eshaya elahla phansi uGeorge Foreman, empini eyaqanjwa kwathiwa yiRumble in The Jungle, eyaba seZaire, ngo-1974.

IZaire, isiyaqanjwa kabusha kwaba yiseDemocratic Republic of the Congo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 464 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE