Share

Usesayine kuPirates uQalinge

Johannesburg - "I-Orlando Pirates (#OPFC) ijabule kakhulu ngokumemezela ukuthi uThabo Qalinge usesayine kuleli qembu esuka kuMpumalanga Black Aces," Lokhu kudalulwe yi-Orlando Pirates ekhasini layo ku-Twitter.

UQalinge ubefunwa kakhulu amaqembu amakhulu eNingizimu Afrika, i-Orlando Pirates neKaizer Chiefs kodwa lo mdlali ugcine ekhethe ukuya eParktown kulesizini ezoqala.

Usihlalo we-Orlando Pirates, uDr Irvin Khoza, ubhale ku-webisite yeqembu ukuthi ujabule ngokwamukela lomdlali oneminyaka engu-22 ubudala, ozosiza leli qembu njengoba lizodlala imiqhudelwane emihlanu kulesizini, kubika iSoccerladuma ngoLwesithathu.

"Abaphathi be-Orlando Pirates bakuqonda kahle ukuthi awukwazi ukubambelela  ezintweni ezingasakusebenzeli, ngamanye amazwi asikwazi ukunqoba sisebenzisa indlela eyodwa ngaso sonke isikhathi ngoba yake yasisebenzela kudala.

Singaphansi kwengcindezi yokuba senze kangcono njengeqembu kanti uThabo Qalinge uwuhlobo lo mdlali okumfanele ukubakuleli qembu ukuze asisize.

I-Orlando Pirates izonika uThabo ithuba lokuba abonakalise ithalente lakhe  aphinde asebenze ngokuzikhandla  esigabeni semidlalo yase-Afrika.

“Ngokwejwayelekile abadlali basuke beyazi into abayifunayo uma bejoyina i-Orlando Pirates. Ngimfisela inhlanhla,” kusho uDr Khoza.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 884 votes
No! It's time to move on ...
33% - 434 votes
Vote
Rand - Dollar
18.83
+1.0%
Rand - Pound
23.57
+1.0%
Rand - Euro
20.18
+1.1%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.8%
Platinum
924.10
-0.2%
Palladium
974.00
-1.7%
Gold
2,341.82
+0.4%
Silver
27.49
+0.2%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,193
+1.1%
All Share
75,149
+1.1%
Resource 10
62,964
+1.4%
Industrial 25
103,465
+0.9%
Financial 15
15,988
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE