Share

Uzilolonga yedwa unozinti wodumo

Johannesburg – Uzilolonga yedwa unozinti weBafana Bafana u-Itumeleng Khune ngemuva kokubuya eMauritius futhi engenalo neqembu asayine nalo ngokusho kombiko.

Kusukela ekuqaleni kwale nyanga lo nozinti obevimbile ngesikhathi iBafana ibhekene neMauritius akanalo iqembu nakuba sekuke kwaba nemibiko mayelana nezingxoxo zokubuyela kwiKaizer Chiefs. 

Ngokubika kweSoccerLaduma uKhune uzilolonga yedwa ngenhloso yokuzigcina esesimweni kuze kube kuyamlungela ekutholeni iqembu azogijima kulona.

OLUNYE UDABA:Akukacaci ukuthi udedelwa ngaliphi owePirates oya eKZN

Ikusasa likaKhune libukeka lizomkhanyela njengoba kunamahlebezi mayelana nokujoyina iMamelodi Sundowns futhi kunamaqembu aphesheya azimisele ngaye nakuba kungacaci ukuthi uzoya kuphi.

Kulindeleke ukuthi kuccace maduze mayelana nekusasa likaKhune njengoba engomunye wabadlali abasezingeni kuleli futhi abanesipiliyoni naseqenjini lesizwe.

     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 932 votes
No! It's time to move on ...
33% - 452 votes
Vote
Rand - Dollar
18.83
+1.0%
Rand - Pound
23.52
+1.2%
Rand - Euro
20.14
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+2.3%
Platinum
922.80
-0.3%
Palladium
959.00
-3.2%
Gold
2,334.69
+0.1%
Silver
27.22
-0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE