Share

Uzimisele nokuqhubeka azinze kwiChiefs uShabba

Johannesburg – Umdlali waseswini waKaizer Chiefs uSiphiwe Tshabalala  usezwakalise ukuthi uzimisele ngokuqhubeka nokuzinza kuleli qembu uma inkontileka yakhe iphela ngonyaka ozayo.  

Inkontileka kaShappa naMakhosi kulindeleke ukuthi iphele ngoJuni 2015 kanti ngesikhathi ekhuluma ne-KickOff lo mdlali oneminyka engu-30 ubudala uzwakalise ukuthi angakujabulela ukusayina inkontileka entsha naBafana bokuThula noXolo.

“Inkontileka yamiiyaphela ngonyka ozayo …… asikaziqali izingxoxo yenkontileka entsha okwamanje,” kusho lo mdlali.

OLUNYE UDABA: IChiefs ayeneme ngolukaShabba

“Ngingumdlali weKaizer Chiefs futhi ngijabulile, ngiphatheke kahle kakhulu eqenjini.

Okwamanje ngisengumdlali waMakhosi. Ngisenenkontileka nayo,” esho. 

UShabba usehlale kuMakhosi kusukela ngoJanuwari 2007 esuka kwiFree State Stars kanti ubalwa nabanye abadlali abawugogodla waleli qembu.

Le sizini ayiqalanga kahle kulo mdlali njengoba esanda kubuya ekulimaleni okumhlalise amasonto engalithinti ibhola.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwa

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 272 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 544 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.2%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
945.20
-0.6%
Palladium
1,014.50
-1.5%
Gold
2,380.89
+0.1%
Silver
28.31
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,765
-0.6%
All Share
72,817
-0.6%
Resource 10
63,021
-0.4%
Industrial 25
97,656
-0.8%
Financial 15
15,406
-0.5%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE