Share

Woza Bhakabhaka sikulindile - Johnson

Pretoria - Umqeqeshi weSuperSport United uCavin Johnson uthi ulindele umdlalo onzima nozoba mnandi kwababukele uma ezakhe sezizwana amandla ne-Orlando Pirates kowe-MTN8, e-Orlando Stadium ngempelasonto.

UJohnson uthe iPirates ihlezi ibabhincisela nxanye uma behlangene nayo, ikakhulukazi njengoba izobe idlalela ekhaya, kepha wathi bagcwele ukuzethemba, kubika iKickOff.com.

“Sesiwubheke ngabomvu umdlalo wangempelasonto. Sizobe sidlalela e-Orlando ebusuku, kodwa ngingakusho nje kugcwale umlomo ukuthi abafana bami sebemi ngomumo," esho.

“IPirates iyohlezi iyiqembu elinejubane. Alincengani linjalo nje linabadlali abanohlonze.

"Angicabangi ukuthi bakhona abadlali abazongena endaweni ka-Oupa Manyisa, Siyabonga Sangweni, Lucky Lekgwathi noma uSenzo Meyiwa, nokuchaza ukuthi basanesikwati esifanayo," esho.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Will you be splitting your vote on your three ballot papers on 29 May?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, I'm distributing my 'X' across parties
13% - 243 votes
No, it's one way on all three ballots
74% - 1419 votes
I haven't decided who I'm voting for yet
13% - 243 votes
Vote
Rand - Dollar
18.43
+0.2%
Rand - Pound
23.08
+0.2%
Rand - Euro
19.85
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.17
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
997.50
+1.3%
Palladium
980.75
+1.0%
Gold
2,364.92
+0.9%
Silver
28.20
-0.4%
Brent Crude
83.88
+0.4%
Top 40
72,181
+1.2%
All Share
78,464
+1.2%
Resource 10
63,450
+2.5%
Industrial 25
108,579
+0.4%
Financial 15
16,955
+1.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE