Johannesburg - Kubikwa ukuthi iqembu le-Orlando Pirates lisezinhlelweni zokuvuselela inkontileka yethimba labaqeqeshi, kanti kugxilwe kakhulu odabeni lwebamba likamqeqeshi u-Eric Tinkler.
Ngokombiko weSiya Crew, imithombo esondelene naleli qembu laseParktown idalule ukuthi izikhulu zeqembu azikasithathi isinqumo mayelana nokuthi uTinkler kumele yini anikwe lo msebenzi ngokugcwele noma kutholakale omunye onesipiliyoni.
Funda nalolu daba: Sikhonjwa kwi-AC Milan isihlabani sakuleli.