Share

'Besingakulindele ukwesula kukaClinton'

Cape Town – Isikhulu esiphezulu seBloemfontein Celtic uKhumbulani Konco uyavuma ukuthi bebengakulindele ukwesula kukaClinton Larsen kwesokuqeqesha.

ULarsen kubikwe ukuthi ungaphansi kwengcindezi ngemuva kokungayiqali kahle isizini njengoba bekwaze ukunqoba imindlalo emine kuphela kwengu-11.

Ukwesula kwakhe kulandela izingxoxo ebeziphakathi kwabaphathi nethimba labaqeqeshi.

Funda nalolu daba: 'Mancane kakhulu amathuba okunqoba kweBhakabhaka'

Kubhekisiswe indlela elidlala ngayo iqembu, uLarsen wabe esebona kungcono esule esikhundleni.

“Uma ngikhuluma iqiniso nje, sisathukile ngesinqumo esithathwe uClinton njengoba besingalindelekile,” kusho uKhumbulani Konco.

Khonamanjalo, uDuncan Lechesa useqokwe njengebamba likamqeqeshi, uLehlohonolo Seema yena uzosigcina isikhundla sakhe sokuba ngumsizi kamqeqeshi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 459 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 982 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE