Share

'OweDowns ufunwa ngamaqembu aseFrance'

Johannesburg - Udlali weMamelodi Sundowns, uKhama Billiat, usedonse amehlo amaqembu amabili adlala kwiFrench Ligue 1.

Ngokombiko weSoccer Laduma, lo mdlali angase alibangise e-Europe esikhathini esizayo, njengoba efunwa yi-Lille OSC ne-AS Monaco FC .

Ngonyaka odlule, kubikwe ukuthi iLille izimisele ngalo mdlali nokuthi iqembu lithumele uChristophe Jeannot, ukuba azombheka edlala.

Funda nalolu daba: Ingase ingavuselelwa inkontileka yomgadli wePirates

Imithombo ikuqinisekisile ukuthi lamaqembu phambilini athumele abantu ukuba bazobuka lo mdlali edlala.

“Ngicabanga ukuthi manje usefunwa kakhulu kunagesikhathi esafunwa yiLille kuphela.  Manje asemabili amaqmebu amfunayo, kodwa kuzoyangokuthi yiliphi elimfuna kakhulu.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 298 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 628 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.3%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
941.20
-1.0%
Palladium
1,004.00
-2.5%
Gold
2,377.68
-0.1%
Silver
28.19
-0.1%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
66,708
-0.7%
All Share
72,758
-0.7%
Resource 10
62,826
-0.7%
Industrial 25
97,802
-0.6%
Financial 15
15,379
-0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE