Share

Sengiyayihlonipha iPirates - OweDowns

Johannesburg - Umdlali weMamelodi Sundowns uHlompho Kekana usedalule ukuthi useyihlonipha kakhulu manje i-Orlando Pirates kunakuqala ngemuva kwezimo amaBrazilian adlule kuzona kowamanqamu eCAF Champions League.

Engxoxweni abenayo neSoccer Laduma, lo mdlali weSundowns ukhulume ngesimo ababhekane naso eCairo, ngaphambi kokuba iqembu lingene enkundleni ngobusuku abanqobe ngabo iCAF Champions League.

Funda nalolu daba: Akukaze alubhade eMzansi obizwe kwiBafana

"Angifuni ukuqamba amanga, uma ungavuthiwe ngokomqondo, khohlwa ngokunqoba okuthile e-Afrika. Uma uthi kunzima usuke udlala. Empeleni yinto ebukeka ingeke yenzeka! Ngiyayihlonipha kakhulu iPirates,” kusho yena.

"Laba badlali bangamadoda angempela, bangangihlalisa phansi bangithethise, ngibalalele futhi.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 960 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1001 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.88
-0.4%
Rand - Euro
20.55
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
914.20
-0.6%
Palladium
1,006.00
-2.0%
Gold
2,321.15
-0.0%
Silver
27.21
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,647
+0.9%
All Share
74,567
+0.8%
Resource 10
60,223
+1.0%
Industrial 25
104,092
+1.3%
Financial 15
15,912
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE