Share

'Sifuna ukuvala igebe ngokushaya iWits'

Johannesburg - Umdlali weKaizer Chiefs, uSiphiwe Tshabalala, uthi bafuna ukuvala igebe phakathi kwbao iBidvest Wits neMamelodi Sundowns eBidvest Stadium namhlanje ebusuku.

Amakhosi angase avale igebe phakathi kwawo namaClever Boys uma enganqoba namhlanje ebusuku, kanti neWits ingase ivule igebe lamaphuzu ayisikhombisa uma ingashaya ichiefs.

UShabba uthi iqembu elizodlala kahle yilona okumele linqobe ekugcineni njengoba iqembu likaSteve Komphela lizobe libheke ukushaya elikaGavin Hunt kweyeligi kule sizini.

Funda nalolu daba: Uthi ngeke abayeke amadlali beChiefs umqeqeshi

Ekhuluma kwi-website yeqembu, lo mdlali oneminyaka engu-31 ubudala uthe, “Namhlanje ebusuku kuzobe kuwomunye umdlalo esiwubheke kakhulu. Sifuna amaphuzu amathathu kulo mdlalo.”

“Nakanjani kuzobanzima ngoba iWits idlala ibhola elihle, kodwa nathi sifuna ukuvala igebe phakathi kwethu nabo namaqembu aphezulu.”

IChiefs isahlulwe imidlalo emibili kuphela emidlalweni engu-21 uma idlala neWits, njengoba isinqobe engu-13.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 396 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 557 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE