Share

Siyifunde kahle iChicken Inn - Pitso Mosimane

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns, uPitso Mosimane, ukholelwa ukuthi iqembu elizobhekana nezakhe koweCAF Champions League, iChicken Inn, akumele lithathwe kancane futhi uthi kumele balihloniphe.

ISundowns izobhekana naleli qembu laseZimbabwe  kanti kulindeleke ukuba izidlulele kalula nje kulo mdlalo ozobe ukwaBulawayo namhlanje ngoMgqibelo, kodwa uMosimane akaboni kanjalo.

Funda nalolu daba: UMayambela wethamba ukuthi uBaxter uzomsiza adlale kuBafana

“Asihlalanga phansi sasonga izandla ngesikhathi sizwa ukuthi sizodlala neChicken Inn,” usho kanje etshela iSoccer Laduma.

“Sibafundile futhi siyabazali lapho bemandla ngakhona. Siyabazi lapho bengasilimaza ngakhona, ngakho sizobe sizivikele.”

Lo mqeqeshi uphinde wazwakalisa ukuthi bafuna ukufinyelela kude kulo mqhudelwano.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 304 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 636 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.4%
Rand - Pound
23.91
-0.4%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
942.00
-0.9%
Palladium
1,007.00
-2.2%
Gold
2,373.03
-0.3%
Silver
28.15
-0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,710
-0.7%
All Share
72,764
-0.7%
Resource 10
62,642
-1.0%
Industrial 25
97,963
-0.5%
Financial 15
15,384
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE