Johannesburg - UBernard Parker uthi iKaizer Chiefs ifuna ukufinyelela kuma-group stage emqhudelwaneni eCAF Champions League walo nyaka.
Ekhuluma eseComoros islands, lapho leli qembu lizodlala khona neVolcan de Moroni emlenzeni wokuqala, uParker ugcizelele ukuthi; “Sifuna ukufinyelela kuma-group stage."
Funda nalolu daba: Uthi asangenza kangcono kakhulu kunalokhu oweDowns
“Kuyasijabulisa kakhulu ukudlala kwiChampions League futhi,” kusho lo gadli weChiefs kwi-website yeqembu.
– "Like"
ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.