Share

Akukhulekelwe ukhetho olunokuthula - Motshekga

Johannesburg – UMengameli we-ANC Women's League, u-Angie Motshekga, uthi ucela abantu baseNingizimu Afrika bakhuleke kanye naye, kukhulekelwe ukhetho olunokuthula mhlaka-7 Meyi.

"Kumele sikhulekele ubumbano ezweni lethu. Siyacela kubo bonke abantu ukuthi bahlangane kukhulekelwe ukuthula, ubumbano nokubuyisana,” kusho uMotshekga enkulumweni yakhe azoyethula ePolokwane.

UMotshekga ucele izinhlangano zamabandla nabo bonke abantu ukuthi bahlangane ngoMgqibelo, kuyiwe enkundleni iNkowankowa, eTzaneen.

Uthi uphiko i-ANCWL, luzimisele ngokuthi kunakekelwe impilo yabantu njengoba kuyiwa okhethweni, ikakhulu kunakekelwe abesifazane nezingane.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 729 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 349 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE