Share

Bangamademeshe labo, kusho uNzimande

Johannesburg - UNobhala Jikelele we-SACP uBlade Nzimande uchaze labo ababengamalungu e-ANC abaqhuba umkhankaso wokoniwa kwevoti njengabantu "okwabheda emuva" kubona.

"Lonke uhlelo lokukhiqiza lukhiqiza imikhiqizo engekho ezingeni elifanele kwesinye isikhathi, ngakho nami ngingabachaza kanjalo," esho etshela izintatheli eGoli.

"Abanye babo bangamademeshe aziwayo, amadala, nayingxenye yalo mkhankaso."

Lowo owayenguNgqongqoshe wezobuNhloli uRonnie Kasrils kanye nowayeyisekela likaNgqongqoshe wezeMpilo uNozizwe Madlala-Routledge basungule umkhankaso iSidikiwe! Vukani! Vote No - nenxenxa abantu bakuleli ukuthi bavotele amaqembu aphikiskayo noma bone ivoti labo.

Lo mkhankaso ujoyinwe ngabanye ababengamalungu e-SACP oVishwas Satgar noMazibuko Jara.

UNzimande uchaze leli qeqebana njengabantu abafuna ukunakwa nje kwaphela, wathi i-ANC izobavithiza nalowo mkhankaso wabo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter




We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 375 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 517 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
907.85
+1.2%
Palladium
1,012.25
+1.1%
Gold
2,221.12
+1.2%
Silver
24.86
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE