Johannesburg - Iqembu iCongress of the People, lithi kumele uMengameli wezwe uJacob Zuma alalele abaholi bamabandla abathi akaphumele obala ngodaba lokulungiswa komuzi wakhe oseNkandla. NgoMgqibelo, u-Archbishop Thabo Makgoba, uhole imashi ebibhekiswe ePhalamende, la khona abaholi becele khona ukuthi kubekwe obala iqiniso ngeNkandla. "Mengameli, ubuholi bakho buyokhumbuleka ngokwenza kwakho nangendlela ozokhuluma ngayo nathi singabantu bezwe, sichazeleke ukuthi kwafinyelelwa kwanjani ezinqumweni ezathathwa," kusho uMagoba. UBloom uthi uma kungekho okufihlwe nguZuma, kumele aphumele obala akhulume ngalolu daba, angacashi ngokuthi kuyaphenywa ngalo. – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho. |
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes