Share

'Ningawavoteli amaqembu asungulwa ngentukuthelo'

Johannesburg - Umholi we-African National Congress (ANC) uJacob Zuma usenxuse abavoti ukuthi bangalokothi bavotele amaqembu abunjwa ngabantu ababegajwe yintukuthelo, kubika iSABC.

Kuthiwa ukusho lokhu ebhekise ku-Economic Freedom Fighters, kepha wangalibeka ngembaba.

UZuma ukhulume kanje ngesikhathi ekhuluma nabalandeli eMmadietane, eGa-Matlala, ngaphandle kwasePolokwane, eLimpopo.

“Abanye babo bafakwa amasondo nguKhongolose ngenxa yokuthi babengaziphethe ngendlela. Babengafuni ukutshelwa, bethukuthele. Yini ongayitshelwa ngabantu abahola amaqembu asungulwa ngenxa yentukuthelo?” kubuza uZuma.

Umengameli unezezele ngokuthi: “Iqembu kumele libe nezinhloso ezithile. Ngabe yini inhloso yakho uma ubumba iqembu ngemuva kokuthi uxoshwe kwelinye?”

Khonamanjalo, umholi weNational Freedom Party, uZanele kaMagwaza-Msibi, ubegaya ivoti eBizana, e-Eastern Cape.

Uthe babalelwa ku-700 abantu abajoyine iqembu lakhe ngoba bekhala ngokuthi i-ANC ayibanakile abantu abahlala ezindaweni ezisemakhaya.



  - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 505 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 527 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE