Share

Siyahlonishwa isibaya senye indoda - Mbete

Cape Town - Ezinye zezincomo ngomuzi kaMengameli Jacob Zuma oseNkandla ezenziwa nguMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela zitshengisa ukugxambukela, kusho uSihlalo we-ANC uBaleka Mbete ngoLwesine.

"Okuningi kwacaciswa ngumbiko kaMadonsela. Ube eseqhuba ngokusho ezinye izinto, thina esizibona zizoqubula umsindo ngoba ngokosiko lwethu thina ma-Afrika sazi ukuthi asithintwa isibaya senye indoda," esho etshela izintatheli eKapa.

"Isibaya sendoda noma somndeni siyindawo engcwele."

Uthe ongoti bezokuphepha babuka umuzi kamengameli ngeso lezokuphepha base benza izinto ngendlela engawuhlomulisi ngalutho umndeni.

"Bese kuqhamuka uThuli athi uZuma kumele akhokhe enye imali. Siyaphikisana kakhulu nalokho."

Ispaza sikankosikazi kaZuma, uMaKhumalo, kwadingeka ukuthi sisuswe la besikhona iminyaka ngenxa yokubuka izinto ngeso lezokuphepha.

UMbete uthe kubuhlungu khona ukuthi kwasetshenziswa imali enkulu kangaka yabakhokhi bentela, kepha lokho akungabe sekubekwa emahlombe kamengameli.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 441 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1518 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 975 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.35
+0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,193.25
-0.1%
Silver
24.44
-0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,836
+0.2%
All Share
74,046
+0.2%
Resource 10
56,127
+0.8%
Industrial 25
103,468
+0.2%
Financial 15
16,484
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE