Share

UMadlala-Routledge uthi izosebenza eyokona ivoti

Johannesburg - Ukona ivoti lakho yindlela evumelekile ehambisana nelungelo lentando yabantu, kusho lowo owayeyiphini likanguNgqongqoshe wezeMpilo kuleli uNozizwe Madlala-Routledge ngoLwesibili.

"Sikwenza lokhu ngoba sitshengisa ukuthi silithanda kangakanani izwe lethu," usho kanje etshela izintatheli eWits University, eGoli.

"Kuningi okungahambi kahle ezweni lethu, kanti lokhu kucacele ngisho ingane encane."

UMadlala-Routledge uyingxenye yomkhankaso iSidikiwe! Vukani! Vote Campaign ekanye nalowo owayeNgqungqoshe wezobuNhloli noyingqalabutho ye-African National Congress uRonnie Kasrils.

UMadlala-Routledge uthi abakhankaseli ukuba kungavotwa.

Uthe izakhamuzi zingadlulisa umlayezo oqinile ngokuthi zivotele amaqembu aphikisayo noma zone amavoti azo.

"Lokhu kungukuqinisa intando yabantu," kusho uMadlala-Routledge.

"Sebenzisani ilungelo lenu elalwela yilabo abayibamba ishisa emzabalazweni, kunokuthi nilokhu nihlale nikhalaza ngento eyodwa."





 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 410 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 862 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.60
+0.9%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
942.50
-0.8%
Palladium
1,028.50
-0.1%
Gold
2,392.04
+0.5%
Silver
28.74
+1.8%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE