Share

UMbete usebenzisa usiko ukuvikela inkohlalo - DA

Johannesburg -  USihlalo we-ANC kuzwelonke uBaleka Mbete uvikela uMengameli Jacob Zuma ngokusebenzisa usiko ukuba avikele inkohlakalo ngodaba lwaseNkandla, kusho lowo ongumholi we-DA ePhalamende uLindiwe Mazibuko.

"Amazwi akhe singasho nje ukuthi ayimizamo ephunzile ngokuzama ukufihla ihlazo elenzeka eNkandla, ngokuthi acashe ngosiko," kusho uMazibuko esitatimendeni.

Uthe uMbete ungomunye wobhululu bakaZuma ababuye bazigwaze ngowabo bethi bazama ukuvikela uZuma ukuba abhekane nokwenzeka.

"Lokhu akukhona nje kuphela ukubukela phansi usiko lwethu, kepha kungukudelela abantu bakuleli abalinde ukuzwa izimpendulo ngokuthi kwenziwani ngo-R260m owasetshenziswa kulungiswa umuzi kamengameli," kuqhuba uMazibuko.

Uthe i-DA ngeke ize iphumule kuze kuba ithola izimpendulo ngalolu daba.

Lokhu kulandela ukuthi uMbete ekhulume wathi uMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela wagxambukela kwezinye izinto ngombiko waseNkandla.


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
66% - 731 votes
Sometimes - it depends on the film release
32% - 351 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent-ruolie
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE