Share

UMbete uthi i-ANC ingase isebenzisane ne-NFP

Johannesburg - USihlalo eqenjini i-African National Congress uBaleka Mbete, ukhulume ngoLwesine wathi kungenzeka iqembu lizame ukuhlanganisa ubudlelwane neNational Freedom Party, esifundazweni saKwaZulu-Natal, ngemuva kokhetho.

UMbete usho kanjena ekhuluma nabezindaba eKapa, wathi i-NFP eyahlubuka eqenjini iNkatha Freedom party, yilona qembu elingase lisebenzisane ne-ANC uma sekubuywa okhethweni lomhlaka-7 Meyi.

"Asime silinde sibheke ukuthi kuzokwenzekani. Umholi we-NFP uzimisele ngokungena ePhalamende, asazi yini ezokwenzeka," kusho uMbete.

Emasontweni amabili edlule, amalungu e-IFP angaphezu kuka-100 aqembukele kwi-ANC.

"Kucacile ukuthi zizokwehla izibalo ze-IFP," kuqhuba uMbete.

Usihlalo uveze ukuthi kunamaqembu aseWestern Cape, ahlose ukusebenzisana ne-ANC, wathi amaqembu amaningi asebonile ukuthi uKhongolose yiyona nqola emasondosonddo engayisa izwe phambili.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 401 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 845 votes
Vote
Rand - Dollar
19.09
+0.4%
Rand - Pound
23.63
+0.8%
Rand - Euro
20.34
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
941.60
-0.9%
Palladium
1,021.50
-0.8%
Gold
2,393.36
+0.6%
Silver
28.69
+1.6%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE