Share

Ufuna ikhefu uTlakula

Johannesburg - UPansy Tlakula onguSihlalo wekhomishana i-IEC, uhlela ukucela ikhefu kuMengameli wezwe uJacob Zuma, lokhu kuza ngemuva kwesiphakamiso seNkantolo yezoKhetho ethi kumele ashiye isikhundla sakhe.

"Umhlonishwa uTlakula uthathe isinqumo sokuthi aphikise iNkantolo yoMthethosisekelo," kusho ummeli wakhe uLeslie Mkhabela.

"Uzophinda acele ikhefu kumengameli wezwe njengoba kuzobe kusaqhubeka uhlelo lokuphikisa inkantolo."

UMkhabela uthi uTlakula usahlaziya isiphakamiso seNkantolo yezoKhetho. Uphatheke kabi ngalesi siphakamiso," kusho uMkhabela.

NgoLwesithathu uJaji uLotter Wepener, uphakamise ukuthi uTlakula asuswe esikhundleni sakhe.

Ikomidi eliphezulu kwisiShayamthetho lizocubungula isiphakamiso sikajaji bese kuthathwa isinqumo esingujuqu.

UMvikeli woMphakathi uThuli Madonsela waphakamisa ukuthi uTlakula athathelwe izinyathelo ngemuva kokuthola ukuthi kwaba nokungahambisi ngedlela ngesikhathi kuqashwa ibhilidi lokusebenzela abakwa-Electoral Commission of SA's (IEC).



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 960 votes
No! It's time to move on ...
33% - 466 votes
Vote
Rand - Dollar
18.76
+1.4%
Rand - Pound
23.43
+0.3%
Rand - Euro
20.08
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
924.10
-0.0%
Palladium
959.00
+0.1%
Gold
2,337.68
0.0%
Silver
27.19
-0.0%
Brent Crude
89.50
+0.6%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE