Share

Umbiko uthi abaseNamiba baqale i-EFF yabo

Cape Town – Abahlali baseNamibia balindele ngabomvu ukuzibonela ngawabo kwethulwa ngokusemthethweni iqembu elifana ncamashi nelikaJulius Malema, i-Economic Freedom Fighters (EFF), neliqanjwe kwathiwa yiNamibia Economic Freedom Fighters (NEFF).

Ngokusho kwabezindaba zeThe Namibian, i-NEEF iqale ukubonakala ngoLwesibili kanti iholwa ngowabe eyilungu leqembu elibusayo iSwapo, u-Epafras Mukwiilongo.

UMbiko uthi uMukwiilongo usebizwa ngo-commander in chief, nokuyindlela abe-EFF ababiza ngayo uMalema.

UMukwiilongo nomlingani wakhe omkhulu uKalimbo Iipumbu, babonakale kuleli laseNingizimu Afrika kanti kubikwa ukuhti banobudlelwano noMalema.

I-NEFF iyiqembu elimele nobutabane kanjalo nokuxhashazwa kwezinsiza zezwe okwenziwa ngamaqembu angaphandle.

UMukwiilongo usole uhulumeni weSwapo wathi ubuswa ngogombela kwesabo, wathi uthuthukisa kuphela amandiya namashayina.

Iqembu leli kubhekeke ukuthi lungenele ukhetho olulandelayo eNamibia.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 –Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).  

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 536 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 763 votes
Vote
Rand - Dollar
18.89
+0.2%
Rand - Pound
23.82
+0.3%
Rand - Euro
20.37
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE