Usaziwayo uKim Kardashian uthukuthele uthelwa ngamanzi njengoba isoka lakhe uKanye West, akhulelwe ingane yakhe, ehambe wamshiya wayobungaza usuku lwakhe lokuzalwa.