Share

Abaqedile ukulwa abaxoshwe kuGenerations

Johannesburg - Abalingisi asebaziwa ngele "Generations 16" bazama inhlanhla ngokuthi bayise isikhulu salo mdlalo, uMfundi Vundla, enkantolo ngenhloso yokuthola imali ye-UIF.

La balingisi, abaxoshwa ngenyanga eyedlule, bazobabela eNkantolo yezabaSebenzi ngenhloso yokuphoqa inkampani kaVundla, i-MMSV Productions ukuba ifake uchatha esikhwameni i-Unemployment Insurance Fund (UIF).

UVundla uthe abameli bakhe bamluleka ngokuthi angafaki lutho ku-UIF yabalingisi.

OLUNYE UDABA: Kuyaphela ngeGenerations yodumo

“Ngenxa yokuthi bebengaqashiwe ngokugcwele, asiphoqelekile ukuba sibakhokhele le mali,” kusho uVundla.

Abalingisi kubikwa ukuthi bazoya kuCommission for Conciliation, Mediation and Arbitration (CCMA) ngomhlaka-14 Okthoba njengoba besaqhubeka nokulwela ukubuyela emsebenzini.

La balingisi baphinde bazwakalisa ukuthi bafuna imali eyangena ngesikhathi kuphindwa iziqephu ezindala zalo mdlalo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 394 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 553 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE