Share

Akumsizanga ngalutho ukuthembeka uLerato Kganyago

Johannesburg - Umethuli wezinhlelo zikamabonakude uLerato Kganyago ubhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter wakhuluma ngobudlelwano bakhe nomdlali webhola uKatlego Mashego.

Lesi singqazu sakwaKganyago sidalule ukuthi uMashego akaze nakanye asikhiphe asiyise eholidini kule minyaka emine abathandana yona, kubika iSowetan.

UKganyago, owathenjiswa umshado nguMashego ngo-2013, wamangaza abaningi ngesikhathi esedalula ukuthi ucu alusahlangani ngo-2014.

OLUNYE UDABA: Isimomondiya sigcine ngokumala uKatlego Mashego

Ubhale kanje kuTwitter mayelana nobudlelwano bakhe: “Abantu bahlezi bemangala uma ngibatshela ukuthi angikaze ngiyiswe eholidini ngumuntu engathandana naye iminyaka emine yonke.

“Ngathembeka maqede ngangazuza lutho ngalokho.”

Uqhube ngokuthi kwesinye isikhathi uthando luyamvala umuntu amehlo aze azikhohlwe ukuthi ungubani.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 343 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 700 votes
Vote
Rand - Dollar
19.17
-0.1%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.45
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
941.90
-0.9%
Palladium
1,011.50
-1.8%
Gold
2,383.59
+0.2%
Silver
28.32
+0.3%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,040
-0.2%
All Share
73,105
-0.2%
Resource 10
63,080
-0.3%
Industrial 25
98,263
-0.2%
Financial 15
15,463
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE