Lezi zithandani zisathandane izinyanga ezingu-8 kuphela kodwa sezizimisele ngokuthath elinye igxathu emlinweni ngokuthi zishadele eNingizimu Afrika – lapho khona uSean azobe engumdondisi wefilimu i-The Last Face.
Umthombo uthi: "Bafuna ukushada maduzane.”
Umthombo utshele i-Us Weekly magazine: "uCharlize uhlale efuna ukuba nenye inyane."
USean unezingane ezimbili uDylan, 23, noHopper, 20, abathola kunkosikazi wakhe omdala uRobin Wright –kanti kumanje wakha ubudlelwane nendodana kaCharlize.
Khonamanjalo lezi zithandani esezazane iminyaka engu-18, sezikulangazelele kabi ukuhlala ndawonye njengomndeni.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).