Ngemuva kweminyaka emithathu agcwatshwa uMgqumeni, kwavumbuka uGcabashe, ezibiza ngaye, ethi akaze ashone kuphela wayethwetshuliwe.
Njengoba engasoze nje alibaleka uMgqumeni wangempela, noGcabashe naye usazakhela abalandeli, abamthandela yona kanye imigilingwane yakhe yokuzibiza ngeBhova likaDikadika.
Lana uGcabashe wathwetshulwa eculela abalandeli bakhe, ethi noma bangaphika bathini abantu, yena uyazazi ukuthi uyiNhlula esiyehlula abaningi, into eqhamuka kumoyizele abaningi.
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).