Share

Bahlela ukwehlukana uBeyonce noJay Z - umbiko

Los Angeles - UBeyoncé noJay Z, okumanje basohambeni lwamazwe, kuthiwa basafuna isu elizokwenza ukuthi bahlukane kodwa bangadivosi, kanti kumanje amaringi abasawafakile, ngokusho komthombo.

"Lezi zithandani zizama ukuthola indlela ezizoyisebenzisa ukuze zihlukane ngaphandle kokudivosa."

Umthombo uqhube wathi uhambo abakulona njengamanje lungolokugcina uJay Z, 44, noBeyoncé, 32, bendawonye ngenxa yokuthi sekuhluleke ngisho abeluleka ngezemishado ukubasiza. 

Kukholakala ukuthi  lezi zithandani – ezinengane eneminyaka emibili ubudala, uBlue Ivy – zazicabanga ukuthi ukuba nengane kuzozenza zisondelane kakhulu.

"Kodwa ngokuhamba kwesikhathi lezi zithandani besezizenzela umathanda emshaweni, omunye aphume abheke le nomunye enze okufanayo, kuyacaca ukuthi ukuba nengane akusebenzanga.”




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 





We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
64% - 194 votes
No! It's time to move on ...
36% - 109 votes
Vote
Rand - Dollar
18.99
+1.2%
Rand - Pound
23.75
+0.9%
Rand - Euro
20.36
+0.9%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.3%
Platinum
914.70
+0.3%
Palladium
1,006.00
+0.1%
Gold
2,325.56
+0.4%
Silver
27.36
+0.7%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,507
-0.1%
All Share
74,460
-0.1%
Resource 10
61,629
+2.0%
Industrial 25
103,005
-1.0%
Financial 15
15,847
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE