Share

Bashayisana ngamakhanda ababhali beGenerations

Johannesburg – Kuthiwa bashayisana ngamakhanda ababhali bomdlalo wochungechunge iGeneretions njengoba sekudumela emasumpeni ngeziqephu zalo mdlalo ezaziqoshwe  ngaphambi kokuthi abalingisi bangenele isiteleka.

Ngokombiko we-Timeslive ngesikhathi abalingisi abangu-16 bengenela isiteleka kulo mdlalo kwasala abanye abangu-14 abangabonakali njalo kanti ababhali bazama ukuhlanganisa ukuthi bazokwenzanjani ngabo.

Phakathi kwabalingisi abangasingenelanga isiteleka kubalwa  kubalwa uNyembezi Kunene (Jabulani Dlomo), Hlomla Nomvete (Makalo Mofokeng), Ronnie Nyakale (Cosmo Diale) Xoli Zondi (Zodwa)  noCarlo Radebe's (Sello Mvuyane), Tiki Nxumalo (Sompisi).

OLUNYE UDABA: UVavi usenxusele abeGenerations

Kuthiwa ababhali baphithene amakhanda ngengoba iningi lalaba balingisi bancikene nabalingisi abaxoshwa nokuyinto engelula ukuqhuma ukumdlalo ngabo. 

Phambilini umsunguli walo mdlalo uMfundi Vundla walibeka ngembaba ukuthi akazimisele ukwamuleka laba balingisi nakuba kunemibiko ethi babhale incwadi bezwakalisa ukuthi bafuna ukubuyela kulo mdlalo.

Umbiko uveza ukuthi iziqephu ezisele zalo mdlalo zingalingana amasonto amabili.

Kuke kwavela imibiko ethi kungenzeka kubuye abalingi bakudala kulo mdlalo okubalwa kubo uConnie Ferguson (Karabo), Xolile Tshabalala (Julia) noRapulana Seiphemo (Tau) kodwa lokhu kugcine kungaqinisekwanga.  


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 895 votes
No! It's time to move on ...
33% - 436 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.53
+1.1%
Rand - Euro
20.17
+1.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.8%
Platinum
922.30
-0.4%
Palladium
961.50
-2.9%
Gold
2,346.57
+0.6%
Silver
27.58
+0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,344
+1.3%
All Share
75,298
+1.3%
Resource 10
63,206
+1.8%
Industrial 25
103,576
+1.0%
Financial 15
16,027
+1.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE