Johannesburg - “Yimina obemkhathalele kakhulu uSenyaka kunabo bonke abanye abantu, lawa ngamazwi omculi ophinde abengumdidiyeli, uSello “Chicco” Thwala.
Uthe nakuba besekuphele iminyaka emihlanu bengabonani, ubesamkhathalele kakhulu uSenyaka, ogama lakhe langempela nguThula Kekana.
Funda nalolu daba: Isilomo somculi sintshontsholwe imoto eThekwini.