Share

'I-Ebola ishintsha izinhlelo zeBig Brother Africa'

CapeTown – Abahleli beBig Brother Africa 9 kuthiwa sebebambe inhlolokhono eNingizimu Afrika kwabazomela izwe laseGhana njengoba kusatshelwa igciwane le-Ebola, kubike iNigerian Entertainment Today (NET).

Ngokusho kwemibiko, Inhlokhono yabazomela izwe laseGhana ibanjelwe eGoli ngenhloso yokuba kutholakale abobuzwe baseGhana abahlala eNingizimu Afrika ngemizamo yokugwema ukungena kwe-Ebola kuleli.

Uma le mibiko iyiqiniso, lokhu kusho ukuthi bazovaleleka ngaphandle labo abane baseGhana abese bekhethiwe ukuthi bazomela izwe labo kwi-BBA-9.
 
Imibiko iphinde yathi iningi labantu basemazweni aseNtshonalanga Afrika bazoshaywa ngesithendekulo mdlalo ngenxa ye-Ebola, ikakhulukazi abantu basemazweni afana nelaseLiberia, Sierra Leone, Guinea neNigeria okuyiwona ahlaselwe kakhulu yileli gciwane.

IBig Brother Africa 9 izoqala ngoSepthemba 7.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 552 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 795 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.33
+0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE