Share

Iculo likaZondo ngemuva kokusabalala kwe-video

Johannesburg - Sekuqanjwe iculo ngoMfundisi uZondo ngemuva kokusabalala kwe-video yakhe ehambaza endlini yakhe enqunu.

Leli culo liqanjwe abasakazi beWits FM abathathu, uSkhumbuzo Tuswa, 24, uMpumi Mlambo,22, noZabalaza Mchunu,27.

Leli culo iDo you like my Zondo lisabalale ngendlela amangazayo ngempelasonto.

Laba bobathathu bomsakazo iVoice of Wits FM baqophe le video neculo ngemuva kokuba kuputshuke i-video kaZondo ehamba nqunu.

UMpumi ubethula uhlelo lwasekuseni ngoLwesine ngesikhathi edlala iculo la-Arthur Mafokate elithiZombo.

"Bengicabanga ukuthi iculo limayelana nocansi kanti uZondo noZombo kucishe kufane.

"Konke kuvele kwahlangana ngabe sengibuza ozakwethu ukuthi bazwile ukuthi belithini iculo namagama; 'Do you like my Zondo?' kuvele kwaphuma lawo mazwi emlonyeni wami."

OLUNYE UDABA: Iningi lihamba noZondo nasesikhathini sezilingo

UZabalaza yena uthe uzoba wumfundisi uZondo ngoba uyazi uzokuhlaba esikhonkosini ukuba nguye, kubika abeDaily Sun.

"Iculo liphumile kanti futhi abantu bayalithanda. Kuyamangaza ukusabalala kwalo."

Uphinde wathi njalo uma ebheka inkundla yezokuxhumana abantu bebelokhu bephawulile.

Zizwele iculo ngezansi.





 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                                       

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 542 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 772 votes
Vote
Rand - Dollar
18.88
+0.3%
Rand - Pound
23.82
+0.4%
Rand - Euro
20.38
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE