Share

'Ikhwaya eyanqoba iClash of Choirs ifuna imali yayo'

Johannesburg – Kwabonaka izinyembezi zenjabulo ngesikhathi ikhwaya inqoba umncintiswano iClash of the Choirs ngonyaka odlule, kodwa manje akusemnandi, futhi ikhwaya ifuna imali yayo ngokucula kwi-album kaMam Ribs.

Ngokombiko weDaily Sun, ikhwaya yaseKZN eyanqoba lo mcintiswano ngonyaka odlule, eyaziwa ngeTeam Robbie, ithi ayikaze ikhokhelwe ngisho indibilikishi ngokucula kwi-album kaRebecca Malope entsha, ethi- Ama VIP.

Bathi sebezame behluleka ukuxhumana noRebecca kanye noMalinga ukuze bathole izimali zabo.

Amalungu ekhwaya athi manje awasakwazi nokufundela ngenxa yokuthi awanayo imali futhi kunamalungu amahlanu aseshiyile.

Funda nalolu daba: Kuvungame uTwitter umsakazo unqaba ukudlala ingoma

Bathi lesi simo sesibashiye bezizwa bexhashazwe ngabantu ebekade bebathemba, uRobbie noRebecca.

"Ngicabanga ukuthi uRobbie noRebecca babekwazi kahle ababekwenza kuthina. Babazi kahle ukuthi asinalo ulwazi olwanele ngezinto zakulo mkhakha,” kusho ilungu lekhwaya.

URebecca noRobbie baziqhelelanisile nalolu daba, bathi kumele kubizwe isitebele, okuyi-Universal.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 421 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 894 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE