Share

Intokozo kukhunjulwa uMarvin Gaye

Washington - Umndeni, abangani kanye nabalandeli bakaMarvin Gaye babuthane ngoLwesithathu ukuzohlonipha le ngqalabutho kwezomculo weMotown engasekho eWashington ngosuku angabe ubehlanganisa ngalo iminyaka engu-75 yokuzalwa.

UGaye wadutshulwa wabulawa ngubaba wakhe ngosuku olwandulelwa ayezohlanganisa ngalo iminyaka engu-45 ubudala ngo-1984.

Wayezama ukulamula abazali bakhe ngesikhathi bexabana.

Washiya inqwaba yamaculo ayeshisa izikhotha -- okubalwa kuwona athi  Let's Get It On, I Heard It Through the Grapevine kanye nelithi Sexual Healing.

"EWashington DC, ayikho into enkulu nengcono ukudlula uMarvin Gaye," kusho umsakazi wesiteshi somsakazo endaweni, uGuy Lambert, obephethe uhlelo kulo mcimbi kaGaye.

Phakathi kwesixuku sabantu abangu-200 kubonakale udadewabo kaGaye, uZeola, owayecula ngemuva eculweni elithi Got to Give it Up, ngo-1977, kanye nomngani wakhe omdala uGordon Banks.

Abanye abebenandisa bekungamalungu eqembu lokuqala likaGaye, iMarquees, elahlangana ngo-1959 eWashington.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 26 votes
Hardly - I prefer streaming online
67% - 714 votes
Sometimes - it depends on the film release
31% - 332 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.39
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.30
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
950.40
-0.3%
Palladium
1,028.50
-0.6%
Gold
2,378.37
+0.7%
Silver
28.25
+0.1%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE