Johannesburg - Isihlabani sikamabonakude esethula uhlelo iZaziwa ku-SABC 1 sibuze umrepha wodumo uKiernan Jordan Forbes owaziwa ngelika-AKA ngengane yakhe engakazalwa kuma-14th Metro FM Music Awards.
Ngokukhulu ukwenama lokho, uPearl Modiadie ubuze umrepha u-AKA ukuthi useyethile yini igama ingane yakhe nokuthi kuzoba ngubani.
U-AKA uwuphendule ngokuthi "nah" lo mbuzo.