Share

Isihlabani somculi sisola umkaso ngokukhuluphala

New York – Isihlabani somculi waphesheya kwezilwandle uJohn Legend sisola umkaso uChrissy Teigen ngokukhuluphala njengoba simatasa nezinhlelo zokukhiqiza incwadi yokupheka.

Lesi sihlabani sodumo lwengoma eyintandokazi ethi All of Me sithe sikhuluphala ngama-pounds amahlanu njalo uma sigoduka ngoba unkosikazi waso omodelayo oneminyaka engu-29 ubudala umatasa nezohlelo zokushicilela incwadi yokupheka.

Ngokobika kweSowetanlive lo mculi oneminyaka engu-36 ubudala uthe:

OLUNYE UDABA:I-SABC isixolisile ngokwenzeka kwi-7de Laan

“Uma ematasa nale ncwadi uma ngikhona ekhaya ngikhuluphala ngama-pounds amahlanu nakanjani.

"Kwesinye isikhathi ngize ngiphoqeleke ukuthi ngihambele kwezinye izindawo ukuze ngehle emzimbeni!”

Uqhube wathi umkakhe uqhamuka nezidlo ezehlukile futhi ezimnandi kakhulu “ezihlanganisa izimpiko zezinkukhu, ushizi nezinye izinto engingazazi kodwa ezenza kube mnandi.”

Lezi zithandani zashada ngo-2013 kanti ziyakuthokozela ukwenza imicimbi yesidlo yakusihlwa  nabangani.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 464 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 889 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.3%
Rand - Pound
23.66
-0.2%
Rand - Euro
20.22
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.19
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
972.90
-0.3%
Palladium
1,021.00
-0.2%
Gold
2,389.34
+0.3%
Silver
28.19
-2.3%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.2%
All Share
73,000
-2.1%
Resource 10
61,638
-3.6%
Industrial 25
98,321
-1.9%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE