Share

Kugcine kumlungelile u’Ngamla’

Johannesburg - UMenzi Ngubane, odume kakhulu ngelikaSibusiso “Ngamla” Dhlomo esadlala kuGenerations, kugcine kumlungele njengoba eze wayithola inso ngemuva kokulinda iminyaka emithathu.

UNgubane kuthiwa ufakelwe inso entsha ngomhlaka-17 Okthoba eCharlotte Maxeke Johannesburg Hospital.

Umthombo weDrum kulesi sibhedlela ukuqinisekisile ukuthi uNgubane ufakelwe inso entsha.

Lo mlingisi ongaconsi phansi kwabaningi kuleli wakhathaza ababukeli abaningi ngesikhathi ebonakala eluphele kulo mdlalo osamisiwe.

OLUNYE UDABA: Sekuphinde kwamlungela futhi uNgamla

Kwaqubuka amahlebezi athi ugulela ukufa abanye baze bathi useshonile, kepha lo mlingisi waphumela obala wachaza ngempi abhekene nayo.

Nokho kuthiwa ululama kahle kakhulu ngemuva kokuhlinzwa.

U”Ngamla” usanda kumemezela ukuthi usehlukanisile nonkosikazi wakhe weminyaka njengoba manje esethole esinye isinqandamathe.




 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 442 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1522 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 976 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,194.13
-0.0%
Silver
24.44
-0.8%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,910
+0.3%
All Share
74,134
+0.3%
Resource 10
56,271
+1.1%
Industrial 25
103,558
+0.3%
Financial 15
16,498
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE