Share

Kulindeleke ulozolo kuCassper noToya

Johannesburg- Kulindeleke bakhiphe ulozolo lwengoma abaculi bakuleli abangaconsi kubalandeli babo abamatasa ngokuqopha ingoma ndawonye.

Ngokubika kwe-Drum uCassper Nyovest oqokwe emikhakhena eminingi kukamaChannelo O Music Awards noToya Delazy bamatasa bahlanganisa ingoma ndawonye kanti kulindeleke ukuthi izwakale maduze.

OLUNYE UDABA: U-AKA uphawula ngoluthinta uCassper Nyovest

Kuzokhumbuleka ukuthi uDelazy naye wagila ezibukwayo nge-albhamu yakhe yokuqala ewola izindondo emicimbini eyahlukene.

Kuthiwa laba baculi uCassper noToya bafake izithombe zabo besesitudiyo ezinkundleni zokuxhumana kodwa bangayiveza iminingwane eminingi. 

UToya ungumzukulu womsunguli weqembu lezepolitiki Inkatha Freedom Party inkosi Mangosuthu Buthelezi. 

UCassper unengoma eshisa izikhotha kulezi zinsuku esihloko sithi ‘Phumakimi’ kanti uzakhele udumo ngesihloko sithi ‘Doc Shebeleza’ okuyiyona aqokwe ngayo kumaChannel O Awards.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 421 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 897 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE