Share

Kumenywa osisi abafuna amasoka

Johannesburg - Abesiteshi sikamabonakude esiyingqayizivele i-SABC1, simema bonke abesifazane abangomtshingo ubethwa ngubani, abangenabo abantu besillisa abahlekisana nabo, ukuthi baphume ngothi lwabo bazozama inhlanhla.

Isiteshi sizoqala uhlelo "lwezinhliziyo ezibuhlungu", la khona abazongenela bezozama ukuthola omaqondana, kusho abeTVSA.

Uhlelo luzothi alufane nolwaphesheya kolwandle, olubizwa ngeTake Me Out, la khona owesifazane ezikhipha nowesilisa ngenhloso yokubona ukuthi ikhona yini inhlansi yokuthi kungaqonywana.

Kubhekeke ukuthi uhlelo lukhonjiswe ngenyanga kaJulayi, ngoLwesibili, ngo-21:00 ebusuku.

Ohlelweni kuzoba khona owesilisa ekuzomele azame ukuthola oyedwa kwabesifazane abangu-30.

Abesifazane yibo abazonquma ukuthi owesilisa bayamgcina yini ohlelweni.

Kufuneka osisi abaseminyakeni yobudala esuka ku-18 kuya phezulu, abahlakaniphile, abazethembeyo nabanganqeni ukubeka obala uvo lwabo.

Abafuna ukungenela bangagcwalisa amafomu ayatholakala kwaTVSA, ngaphambi komhlaka-2 Juni 2014.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 53 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 73 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
-0.9%
Rand - Pound
24.03
-0.6%
Rand - Euro
20.57
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.38
-0.2%
Rand - Yen
0.13
-0.9%
Platinum
890.97
-0.7%
Palladium
988.99
-1.3%
Gold
2,195.56
+0.0%
Silver
24.43
-0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
67,885
+0.3%
All Share
74,077
+0.2%
Resource 10
56,208
+1.0%
Industrial 25
103,636
+0.4%
Financial 15
16,471
-0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE