Share

Kusahamba kahle konke - owayekuGenerations

Johannesburg - Omunye wabalingisikazi owaxoshwa kumdlalo oyintandokazi kumabonakude iGenerations uSlindilie Nodangala, owayedlala indawo kaMam’ Ruby, ukhulume nabeDaily Sun ngempilo yakhe ngemuva kokuxoshwa.
 

USlindilie utshele leli phephandaba ukuthi izinto zisamuhambela kahle yize axoshwa kuGenerations.

"Angisiye uthisha, yena oba nobunzima ekutholeni umsebenzi emuva kokulahlekelwa omunye. Ngingumlingisi. Ngisalingisa kanti ngenza neminye imisebenzi," kusho uSlindile.

OLUNYE UDABA: OwayekuGenerations ubusiswe ngengane yomfana

Kweminye imisebenzi ayenzayo uSlindile uyinxusa lenkampani yakwaTrinco.

AbeDaily Sun bakhulume noSlindile ngoLwesihlanu esikoleni samabanga aphansi iDelft South emcimbini yemikomelo.

Lesi sikole sahlomula kumncintiswano wenkampani yakwaTrinco iwalk a mile in my shoes campaign.

USlindile ekhuluma nabephephandaba ngokwenzeka kubabalingisi beGenerations uthe: "Uhulumeni kufanele akusukumele okwenzeka kuGenerations azame ukuguqula izinto kulo mkhakha."


 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                             

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                                      

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 299 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 629 votes
Vote
Rand - Dollar
19.22
-0.3%
Rand - Pound
23.90
-0.3%
Rand - Euro
20.47
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.32
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
941.20
-1.0%
Palladium
1,004.00
-2.5%
Gold
2,377.68
-0.1%
Silver
28.19
-0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,708
-0.7%
All Share
72,758
-0.7%
Resource 10
62,826
-0.7%
Industrial 25
97,802
-0.6%
Financial 15
15,379
-0.7%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE