Share

Malema: Intombi yami ingibukisa i-OPW

Johannesburg - Umholi we-Economic Freedom Fighters uJulius Malema uveze ukuthi uyasha wuthando, nokho wangaphumela obala ekutheni ubani intokazi ezuze inhliziyo yakhe.

Ngokusho kwabezindaba zeSunday World, uMalema uphumele obala ngentombi yakhe, wathi uyithanda kangangoba uvuma imbukise izinhlelo ezithokozelwa kakhulu abantu besifazane, ezifana ne-Our Perfect Wedding.

UMalema, uqale ukukhuluma ngentombi yakhe ngesikhathi emenywe ohlelweni luka-TBO Touch, kuMetro FM.

“Angiyena umuntu obuka izinhlelo ezifana ne-OPW, kodwa intombi yami iyangiphoqa ukuthi ngizibukele. Sengize ngalujwayela lolu hlelo, sengiyalubuka ngiluthokozele," kuchaza uMalema.

Funda nalolu daba: Anginalo noluncane uvalo

Enkulumweni yakhe akachazanga kakhulu ngokuthi uzoyishada noma cha, le ntokazi efihliwe igama.


“Ngeke ngikhulume izindaba zami esidlangalaleni, angeke gniqinisekise lutho ngomshado,"eziphendulela.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 453 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 970 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE