Share

Ngabe u-AKA wayeqinisile ngoluthinta u-iFani?

Johannesburg – Kubukela sengathi iya kude impi yamagama ephakathi kwabaculi bakuleli u-AKA no-iFani njengoba sekuvele okunye ngokuthengwa kwama-CD alo mrepha oyishaya ngesiXhosa.

Ukubhekana ngeziqu zamehlo kwaqala ngesikhathi u-AKA ebabela enkundleni yokuxhumana uTiwtter mayelana nokuthengwa kwe-albhamu entsha ka-iFani.

U-AKA wakuthola kunzima ukukholwa ukuthi umrepha angadayisa ama-albhamu angu-20 000 ngelanga elilodwa.

OLUNYE UDABA: U-AKA uphika eyokushaya umlandeli ekhonsathini

Lo mculi we-All Eyes on Me waphinde wazwakalisa ukuthi kungenzeka ukuthi iRedds SA yathenga ama-CD ka-iFani ayinqwaba, nokuyikhona okwamsiza ekutheni afinyelele kuleli zinga.

IRedds no-iFani baphika balala ngomhlane ngesikhathi u-AKA esho kanje.

Kepha kuvele okunye ngoLwesihlanu ekuseni ngesikhathi abantu bebonga izipho abazithole kwaRedds, okuyilesi siphuzo esihambisana ne-CD ka-iFani – okungakhomba ukuthi u-AKA wayeqinisile.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 18 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 606 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 268 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.7%
Rand - Pound
23.86
-0.8%
Rand - Euro
20.42
-0.6%
Rand - Aus dollar
12.33
-0.8%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
955.80
+0.3%
Palladium
1,034.00
-0.1%
Gold
2,384.21
+1.0%
Silver
28.43
+0.7%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,190
+0.4%
All Share
73,271
+0.4%
Resource 10
63,297
-0.1%
Industrial 25
98,419
+0.6%
Financial 15
15,480
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE