Share

'Ngabe ukhulelwe ngempela na uBeyonce?'

Los Angeles - Kusolwa ukuthi umculi waphesheya weculo iDrunk in love uBeyonce ulindele ingane yesibili nomyeni wakhe umrepha uJay Z, kubika iphephabhuku i-In Touch.

"Ukhulelwe futhi!" kusho umthombo utshela abe-In Touch.

"Usezame isikhathi eside, manje ujabulile kanti futhi ufisa ukuthola umfana manje.!"

UBeyoncé useke waphuphunywelwa yizisu ngaphambilini.

Manje yen noJay Z basalinde kuphele isikhashana ngaphambi kokuthi bamemezele ngezindaba ezinhle, kusho leli phephabhuku.

OLUNYE UDABA: UBeyonce noJay Z bafuna ukulamanisa uBlue Ivy

"Kodwa ubukeka emuhle futhi usekhuluphele okusho ukuthi angeke kuthathe isikhathi ukuba abantu basibone isisu," kusho umthombo.

Ngabe ukhulelwe noma cha? Sizobona ngokuhamba kwesiikhathi futhi nginesiqiniseko sokuthi uBkue akasakwazi ukulinda ukuthi abe nodadewabo noma nomfgowabo omncane, kubika abeDrum.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE