Share

Nganginomona ngomsebenzi kaPharrell - Robin Thicke

New York – Umculi waphesheya kwezilwandle uRobin Thicke uphumele oba enkantolo mayelana nengoma ebishisa izikhotha ngo-2013 esihloko sithi Blurred Lines.

Ngokombiko uThicke ubezishaya isifuba ngale ngoma futhi kuthiwa ubelibeka ngembaba ukuthi nguyena owenze le ngoma.

Kubikwa ukuthi ekhuluma enkantolo uThicke uphumele obala neqiniso lokwenziwa kwale ngoma.

Kuthiwa lo mculi uvumile ukuthi le ngoma ayenziwanga nguyena.

OLUNYE UDABA: Umculi wejazz uthi ngeyakhe iSarafina

“Ngemuva kokukhupha ama-alhbamu angu-6 abhalwe futhi akhiqizwa yimina, ingoma enkulu kakhulu neyenze kahle ibhalwe ngomunye umuntu.

Benginomona futhi bengifuna ukunconywa ngalo msebenzi ,” kusho lo mculi.

Uthe waba nenhlanhla ukuthi wayekhona ngesikhathi uWilliams ebhala futhi ekhiqiza le ngoma. 

Uvumile ukuthi nebala le ngoma yabhalwa nguPharrell Williams futhi wakucacisa ukuthi wayenomona ngomsebenzi kaWilliams. 

Umbiko udalule ukuthi uThicke ugonyuluke ngalolu daba ngesikhathi kuqhubeka icala elafakwa yizingane zomculi ongasekho uMarvin Gaye zikhala ngokuthi le ngoma kaThicke iBlurred Lines ikotshelwe engomeni kayise ethi Got To Give it Up.

Kubikwa ukuthi leli cala lizoqhubeka ngonyaka ozayo.


    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 946 votes
No! It's time to move on ...
33% - 463 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE