Share

Ngisezingeni eliphezulu kunoCassper - Umrepha

Johannesburg – Kubukeka sengathi ukungezwani kuka-AKA noCassper sekwenyukele ezingeni lomhlaba!

Ukungezwani kwalezi zihlabani zakuleli kwaziwa ngisho e-UK imbala.

U-AKA ubehambele e-UK muva nje ngesikhathi ebuzwa ngokungezwani kwakhe noCassper.

Kodwa u-AKA uphendule ngokuthi akukho abantu abangazikhathaza ngakho, ngoba yena noCassper basemazingeni angafani.

Funda nalolu daba: 'Konke kuhamba kahle eKalawa Jazmee'

“Abantu (baphesheya kwezilwandle) abazilutho ngoCassper kodwa bazi mina nemisebenzi yami,” usho kanje kwiFactory78.

“Ngokwami, kunesizathu esingibeke la, igama lami liphakanyiswe kumaBET, ngimele iNgingizimu Afrika kwi-hip hop njengamanje,” usho kanje.

“Kuzomele ukuqonde ukuthi ngihamba kangakanani. Ngihamba izindawo mina. Ngihambela eNigeria. Ngihambela eGhana. Ngihambela eKenya. Ngihambela eCongo. Ngihambela e-UK. Ngihambela eGermany. Ngeke wangifanisa nomuntu omusha ongakazibonakalisi,” kusho u-AKA.

Impela ukuchoma kunabantu babo!!!

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 475 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1039 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE