Share

Owaduma kuGenerations notshwala nabangani

Johannesburg - USonia Sedibe owaduma ngelikaNtombi Khumalo emdlalweni owuchungechunge, iGenerations, ubonakale ezicima ngeziphuzo enomngani wesifazane eThe Lacuna Bar, esehhotela eliseSandton, kusho abezindaba zeDrum.

USedibe onezinkinga emshadweni wakhe, ubonakale enciphe kakhulu kulokhu aziwa eyikho kanti ubephuza ebhadazela ngezicathulo ezihambela phezulu.

Ebonwa yiphephabhuku ubeyohlangana nowesilisa ongaziwa ukuthi ungubani, kwathi uma ebona abezindaba, wathi ababuyele ngaphakathi eBar.

Iphephabhuku lithwebule uSedibe esegone endodeni ethize.

Ngonyaka owedlule, lo saziwayo wakhishwa yilo leli phephabhuku lithi ushaye isisebenzi sakhe sasendlini, ayesisola ngokuthi simebele.

Lo mlimgisikazi ucwilile kwezikaqedisizungu kusukela aphuma kwiGenerations.



  - Thola udaba oluphelele kuDrum

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 999 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1037 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.91
-0.5%
Rand - Euro
20.53
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.47
-0.6%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
916.20
-0.4%
Palladium
1,008.50
-1.7%
Gold
2,324.91
+0.1%
Silver
27.24
-0.2%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE