Share

Owaduma kuGenerations ulandisa ngokuhlukanisa nomyeni wakhe

Johannesburg - Lowo owaduma kakhulu elingisa kuGenerations, uSonia Sedibe, usevule isifuba wakhuluma ngokuhlukanisa nomyeni wakhe ngemuva kokushada iminyaka engu-8 kanye nokufa uhlangothi.

USedibe wayedlala indawo kaNtombi Dhlomo kulo mdlalo.

USedibe, onezingane ezintathu, ugcine ekhethe ukuzikhulumela ngathi yikho okuyiqiniso ngomshado wakhe, kubika iTimeslive.

Lesi sihlabani sikhulume nephephabhuku iTrue Love sathi ziningi izinto ezaholela ekutheni ligcine ligqabuka ifindo likasofasilahlane.

Kwathi indodana yakhe igubha usuku lokuzalwa, uSedibe waba nexhala, wakhala waze wagcina esegodukiswa abangani bakhe.

OLUNYE UDABA: Awusekho umshado - Ciara

"Kwavele kwangathi umqondo uyahamba nje, ngaqala ngakhuluma izinto ezingenamqondo,” esho.

Ekhuluma ngomshado wakhe owagcina ngokufadalala, uSedibe uthe: “Angikaze ngizwe kuthiwa umuntu ushiya umshado ngenhloso. Iqiniso ukuthi mina noLeslie sasingabantu abahluke kakhulu, sifuna izinto ezehlukile empilweni.

“Yebo, sasithandana, kepha ngagcina sengishintsha ubumina ngoba ngithi ngijabulisa yena.”



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 391 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 540 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE